1 reviews | Active since Dec 2018
Sekuyizinyanga eziy 7 ngizama ukuthola isixazululo nge contract en***enza no Cellc. kuyangicacela ukuthi akekho ofuna ukusiza la.
U-Cellc uhlezi adonsa imali kabili enyangeni bese beyahlehlisa emva kokuphela kwenyanga.
Ngizamile ukuxhumana ne bange lami kodwa bakubeke kwacaca ukuthi uCellc ongaba nesxazululo. Uma ngifonela uCellc bangitshela ukuthi yonkinto imikahle kodwa ohlangothini lwami kusafana nje.
Lento abayenzayo igcina isichaphakela nakuma credit record nakuma charges wase bange kuba sengathi anghlelekanga.
Sekuyangicacela nje ukuthi le-company eyabomafundane. NGIYOTHULA MHLA NGASIZWA!!!!!
Best regards,
Best regards,
© Copyright 2026 hellopeter.com and its affiliates. All rights reserved.