dD
dlungwanasinqobile D

1 reviews | Active since Aug 2017

03 Jun 2020, 07:02

Umlazi D clinic nurses have no respect for patients whatsoever the only nurse that makes sure that work is done is Nurse Nhlo if she is not on duty no work is done they just sit and talk like they are at their own homes.

Aybo yazi I am not a person othanda uku Complainer kodwa onesi base clinic yakwa D emlazi hhhaayyy khona...

Ingane yami ine Asthma so umeke yaqala ukukhwehlela Ave kuba isicefe uze asizwe ukuya eclinic aNabulize noma aze adluliswe ayiswe esibhedlela. So ngelinye ilanga ebusuku kubanda kunomoya waqalwa izo lezo zakhe... Ngavuka ngamuyisa eclinic kwaku 9pm ngafika ikhiyiwe iclinic lapho iclinic isebenza 24 hrs....kwasiza ukuthi ngiphethe I fleece blanket ukuthi ambathe ubhuti una 2 yrs. Sama phandle kwe gate engavuli ama security... Sama ke lapho kulobomnyama lahamba isecurity layovusa amanesi acishile a**** nezingubo zeziguli lezi ezibhalwe oKZN...

Lifike livule I gate bese ngingene mangifika phakathi athi uNurse yini wafika ebusuku kangaka ubuhlaleleni imini yonke...ubungeke usalinda kuse...lapho my baby is wheezing he can't even speak. Abhale ikhadi athi angibuye kusasa ekuseni....kuko konke lokwo kweyisa ngaqhubeka ngahlonipha kodwa Cha ekhwela ezehlela uNurse... I then asked her to please nabulize him so that he will be able to sleep...kwabe ngyamsukela... 'uzokhuluma ngo nabulize uyazelaphi inabulizer wenaaa uzotshela Mina nge nabulizer. Ngamtshela ukuthi udokotela uke amuNabulizee menjeee. Right there and then umfana wami wapaqaka esehluleka ukuphefumula lo omunye uNurse wathi ngeke oe asimunabulizeee his wheezing is not normal. Bamu**** bambone ukuthi aykhona ayingangabo bangidlulisele emshiyeni luckily that time bengisasebenza ngamyisa e medical towers wahlala isonto lonke... Manje ke angisasebenzi so ngsebenzisa I clinic full time and over the counter meds.

So today manje nje ngiyangena ngiphuma khona ingane isukwe iloko kwayo webakwethu namhlanje ke abangisizanga ngalutho shame... Basibukile nje sonke esilapha bathi eyy abantu nokufika late...how are we late when you open 24 hrs... kusukela kwi security to kooo nurse abasihloniphi siyizigulane shame... Bahleli bayazikhulumela ngama qoqo futhi shame bayadelela jealous down ngyazi abanye bakhona la.... Engathi ningehlisa ekweyiseni nisebenze ngihleli me endlini nengane egulayo sengiyithengele imithi ngyathemba izolulama.

Uma engekho uNurse Nhlo okuwuyena omemeza sisizakale eclinic siyahlupheka shame.

Ucele ukuchecker iBP athi unurse ngeke ezwe ngami ukuthi ngifuna ukukwenzani angenze

0
Replies (0)