MM
Makwanda M
1 reviews | Active since Feb 2023
09 Mar 2023, 16:15
Ngiyabonga Ku Debt Guidance ngeNkululeko Yami kwezeziMali
ngisanda kuthola isitifiketi sami sokusulwa kwezikweletu zami zonke ngijabulile ***hulu, ngibuka isimo sami sokuxakeka ngezikweletu ebengikusona,udebt guidance wanginika ithemba kwimpilo entsha nengcono engenazo izikweletu , njengamanje ngiyaziqhenya ngokungabi nasikweletu , ngyambonga uNkulunkulu ngani sengizoba nesbindi sokugqugquzela nabanye abanenkinga ebifana neyami, ngoba ngibonile kumina ngisizakala ngokuphelele. ngiphinde futhi ngibonge Kudebt guidance, ngesikhathi kanye nosizo lwenu oluseqopheleni eliphezulu loChwepheshe, impilo yami isibuyele esimweni
Helpful (0)
Replies (0)0
Replies (0)