1 reviews | Active since Sept 2017
iDebt Guidance yangisindisa, Izinkanyezi ezilishumi kulenkampani emangazayo!!!
Halala kuDebt Guidance, balethe ukuzimela empilweni yami. Bengise bumnyameni sengingazi ngizokwenzanjani ngatshelwa ngeDebt Guidance bangisiza ngezikweletu zami ngiyajabula ukuthi ngabathola. Bayayazi into abayenzayo, banesineke nempatho hay bayayazi into abayenzayo. Izinkanyezi eziwu10 ziya kuDebt Guidance ngomsebenzi oncomekayo abawenzayo. Ngingatshela noma ubani odinga usizo ngezikweletu ukuthi athintane nabo bazokusiza njengoba bangisiza nami. Bayishintshile impilo yami sengikwaz nokuphefumula kangcono. Angisazikhathazi ngamaDebt collectors engifonela nemoto yami ukuthi izothathwa ngoba konke sebengilungiselile kona kwiPlan yam abangi**** kuyona. Ngyabonga ***hulu ngosizo eninika abantu abanjengami lona!!! Ngyabonga ***hulu…
