BM
Bonginkosi M
1 reviews | Active since Dec 2022
14 Feb 2024, 14:23
IDebt Guidance ihamba phambili!!!
Waze wangisiza uLungelo Kanye nethimba lakhe laseDebt Guidance. Kuyasinda ***hulu ukuba ubaba obhekene nekhaya, ukushona kwamfazi wami kwenza isimo sami sabanzima ***hulu. Akuve isizana ngesineke lenkampani ngijabula ***hulu ukuthi ngaxhumana nayo. Solokhu bangehlisela i-Intsallment sami sengikwazi nokubhekana kahle nomsebenzi wami. Imali yokunakekela izingane zami isiningi, nempilo nje izingcono kunakuqala. Ngyabonga Debt Guidance umsebenzi wenu uyancomeka.
Helpful (0)
Replies (0)0
Replies (0)