wW
workshop W

1 reviews | Active since Jun 2017

06 Apr 2022, 14:22

inkampani engenalo iqiniso futhi engathembekile nxx

kwaze kwanzima ukusebenzisana nabantu bale company ngingazi ukuthi umthetho noma bathathela phansi abathengi kusukela ngomhlaka 22 march ngifaka i claim kubo ye cellphone engaqala ukuyikhokhela i insurance ngo 2017 bathembisa 48-72 hours ukubuyela kimi kwaze kwaphela iviki masengifona bathi banomsebenzi omningi kube bathi sebezongisiza ngoba sengifonile ngakwenza konke okufanele ne access n***ikhokha banyamalala futhi mase ngifona futhi bathi bazongika noma yiphi abanayo mangithi ngibheka ezitolo ingamanani aphansi kunemali ebekiwe for R5000 LESS FUTHI ABANGINIKI ILUNGELO lokuzikhethela ngacela ukuthi kungcono banginike imali uma bengenayo ilingana nalena bala ukwenza lokho uma ngicela imenenja yakho isemhlanganweni amalanga amabili wonke ekuseni ,emini,nantambama ngemuva kwamalanga amabili ngafona futhi bathi abantu ebengikhuluma nabo asizwananga nabo abangaphezu kwabathathu kusho ukuthi umuntu ongezwa yimi. ngacela imenja futhi ayikho isemithing futhi into aba yifunayo yikheli nje bazothumela i cellphone .ngagcina ngifonelwe ngomunye ngoba sengithi ngikhathele ilento yabo wathi angikhethe kulamaga ngalivuma elilodwa,ngoba sengikhathele ilento sengicabanga nokuzithenga enye .namhlanje bavele bathumela ifoni engingazi ukuthi yintsha noma indala eza iyodwa nje engenanayo ne charger.ayingigculisi engethembi ukuthi yintsha.sekumele ngihambe manje ngiyothenga icharger...cha labantu basebenza ngenye indlela n***

0
Replies (1)
Pinnacle Marketing
Pinnacle Marketing's reply06 Apr 2022, 14:36
Official
Good Afternoon Nathi, 

Please forward your complaint to claims @ Pinnacle Marketing .co .za (no spaces) 
Please include your insured cell phone number, policy number or ID number. 
We do not respond to complaints via Hello peter as we are unable to see your personal details in order to locate your policy. 

Kind Regards, 

Pinnacle Marketing