AS
ActiveMagaqa S
1 reviews | Active since Jan 2026
26 Jan 2026, 09:33
Ngiyabonga ***hulu n...
Ngiyabonga ***hulu ngosizo lalaMdalisu, ekugcineni, sebeze balisusa iFlegi lamaDebt Review, kona lento ithathe isikhathi aside, ngize ngacabanga ukuthi kuthathwe imali yami nje kwadlalwa ngami, nezigcingo zenu ngathi zibuye zingabanjwa kodwa bakhona kwiWhatsapp, impilo ibimile kodwa selulungile manje, ngijabulile ***hulu, futhi ngiyaqinisekisa ngoMdalisu, yey, naze nangisiza zingane zakwethu, Credit Score yami isiphezulu manje, ngibonge ***hulu kulensizwa yakwaNdwalanr, sphelele, ay isilungu esilapha, uke wangidida mbijana kodwa kona ungiphathe kahle, unesineke, uyalalela, uhlakaniphile, ungiphe ulwazi ulunothile, ukhaliliphe ***hulu, uyawazi umsebenzi weseymali, sibonge kaMdalisu...
Helpful (0)
Replies (1)0
Replies (1)Mdalisu's replyOfficial
28 Jan 2026, 12:46Sawubona Active,
Siyabonga ***hulu ngempendulo yakho nenhliziyo enhle. Siyaxolisa ngobunzima obudlule, kodwa siyajabula ukuthi ekugcineni sikwazile ukukusiza waphuma kuDebt Review. Sizodlulisa amazwi akho kuSphelele. Sikufisela inhlanhla nempumelelo.
Ithimba lakwaMdalisu

Mdalisu's reply28 Jan 2026, 12:46
Official
Sawubona Active,